Agasti 2-8
DUTERONOMI 22-23
Ingoma 1 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Indlela UMthetho Owawubonisa Ngayo Ukuthi UJehova Uyazikhathalela Izilwane”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Dut 23:19, 20—Kungani isifiki sasikhokhiswa inzalo lapho siboleka imali kodwa umIsrayeli engakhokhiswa? (it-1-E 600)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Dut 23:1-14 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
“Yijabulele Nakakhulu Inkonzo Yakho—Thinta Inhliziyo”: (9 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Thuthukisa Amakhono Akho Ukuze Uthole Injabulo Ngokwenza Abafundi—Ukufinyelela Inhliziyo.
Inkulumo: (5 imiz.) g 4/15 13—Isihloko: Ingabe Kubi Ukubulala Izilwane? (th isifundo 14)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (15 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 11 ¶18-26 nebhokisi 11A
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 77 Nomthandazo