Julayi 12-18
DUTERONOMI 13-15
Ingoma 38 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Indlela UMthetho Owabonisa Ngayo Ukuthi UJehova Uyabakhathalela Abahluphekayo”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Dut 14:21—Yini esingayifunda eMthethweni owenqabela ukubilisa izinyane obisini lukanina? (w06 4/1 31)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Dut 13:1-18 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: Ukuhlupheka—1Joh 5:19. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 6)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 11)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ningalokothi Nikhathazeke”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Uthando Alusoze Lwaphela Nanini Naphezu . . . Kobumpofu—Congo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 10 ¶13-17 nebhokisi 10B no-10C
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 71 Nomthandazo