Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb21 Meyi k. 3
  • Meyi 10-16

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Meyi 10-16
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2021
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2021
mwb21 Meyi k. 3

Meyi 10-16

NUMERI 30-31

  • Ingoma 51 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Gcina Izifungo Zakho”: (10 imiz.)

  • Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • Num 30:10-12—Sazi kanjani ukuthi u-Elkana wayehambisana nesifungo sikaHana sokunikela ngoSamuweli ukuba ayokhonza uJehova ethempelini? (1Sa 1:11; it-2-E 28 ¶1)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Num 30:1-16 (th isifundo 5)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: Injongo KaNkulunkulu—Isaya 55:11. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 6)

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnike incwadi esifundisa ngayo bese uqala isifundo seBhayibheli. (th isifundo 19)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • Ingoma 5

  • Funda Ukukhuthazela Endalweni: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Yibe usubuza le mibuzo elandelayo ngokuphathelene nesitshalo nesilwane ngasinye esikule vidiyo. Lezi zinto ezidaliwe zisifundisani ngokukhuthazela? Singakhuthazela kanjani ngendlela efanayo ekuphileni kwethu kobuKristu?

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 8 ¶16-22

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz.)

  • Ingoma 4 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela