Ephreli 26–Meyi 2
NUMERI 25-26
Ingoma 135 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Isenzo Esihle Somuntu Oyedwa Singabasiza Yini Abaningi?”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Num 26:55, 56—UJehova wakubonisa kanjani ukuhlanipha lapho abela izizwe zakwa-Israyeli izwe eliyifa? (it-1-E 359 ¶1-2)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Num 25:1-18 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 1)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula ividiyo. (kodwa ungayidlali) (th isifundo 3)
Inkulumo: (5 imiz.) w04 4/1 29—Isihloko: Kungani Kusetshenziswe Amanani Angafani KuNumeri 25:9 Nakweyabase-1 Korinte 10:8? (th isifundo 17)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Khetha Abangane Ngokuhlakanipha”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Izibonelo Eziyizixwayiso Osukwini Lwethu—Isiqephu. Bakhuthaze bonke ukuba bayibuke yonke ividiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ) rr ingxenye 3, isahl. 8 ¶1-7 nevidiyo eyisethulo
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 44 Nomthandazo