Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb21 Mashi k. 4
  • Mashi 15-21

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Mashi 15-21
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2021
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2021
mwb21 Mashi k. 4

Mashi 15-21

NUMERI 11-12

  • Ingoma 46 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Kungani Kufanele Ugweme Ukukhononda?”: (10 imiz.)

  • Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • Num 11:7, 8—Ukubukeka nokunambitheka kwemana kwakububonisa kanjani ubuhle bukaJehova? (it-2-E 309)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Num 11:1-15 (th isifundo 2)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Isimemo SeSikhumbuzo: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Uma umninikhaya elalela, yethula ividiyo ethi Khumbula Ukufa KukaJesu (kodwa ungayidlali) bese nixoxa ngayo. (th isifundo 11)

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Buyela kumuntu obonise ukuthi uyathanda ukulalela futhi osamukelile isimemo seSikhumbuzo. (th isifundo 4)

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Ngemva kokuphela kwenkulumo yeSikhumbuzo, xoxa nomuntu omenyiwe obekhona bese uphendula umbuzo awubuzayo ngokuphathelene nalo mhlangano. (th isifundo 2)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • Ingoma 19

  • “Ingabe Ulungiselela ISikhumbuzo?”: (15 imiz.) Ingxoxo. Yisho noma isiphi isaziso esiphathelene namalungiselelo esikhumbuzo. Dlala ividiyo ethi Indlela Yokwenza Isinkwa SeSikhumbuzo.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 6 ¶7-13 nebhokisi 6A

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz.)

  • Ingoma 70 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela