Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb21 Januwari k. 14
  • Febhuwari 15-21

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Febhuwari 15-21
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2021
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2021
mwb21 Januwari k. 14

Febhuwari 15-21

NUMERI 3-4

  • Ingoma 99 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Umsebenzi WamaLevi”: (10 imiz.)

  • Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • Num 4:15—Iyiphi enye indlela esingabonisa ngayo ukwesaba uNkulunkulu? (w06 8/1 23 ¶13)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Num 4:34-49 (th isifundo 5)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evame endaweni yangakini. (th isifundo 2)

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lethu Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 15)

  • Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) fg isifundo 12 ¶8 (th isifundo 13)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • Ingoma 67

  • Umbiko Wenkonzo Waminyaka Yonke: (15 imiz.) Inkulumo ebekwa umdala. Ngemva kokufunda isaziso sombiko wenkonzo waminyaka yonke esivela ehhovisi legatsha, xoxa nabamemezeli ohlele nabo kusengaphambili, abanokuthile okukhuthazayo okwenzeke enkonzweni ngonyaka odlule.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr ingxenye 2, isahl. 5 ¶1-8, ividiyo eyisethulo

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz.)

  • Ingoma 63 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela