Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb20 Disemba k. 5
  • Disemba 21-27

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Disemba 21-27
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2020
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2020
mwb20 Disemba k. 5

Disemba 21-27

LEVITIKUSI 14-15

  • INgoma 122 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Ukuze Sikhulekele Ngendlela Emsulwa Kumelwe Sihlanzeke”: (10 imiz.)

    • Lev 15:13-15—Abantu besilisa kwakumelwe bazihlanze (it-1-E 263)

    • Lev 15:28-30—Abantu besifazane kwakumelwe bazihlanze (it-2-E 372 ¶2)

    • Lev 15:31—UJehova ulindele ukuba abantu bakhe bamkhulekele ngendlela emsulwa (it-1-E 1133)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • Lev 14:14, 17, 25, 28—Yini esingayifunda endleleni okwakuhlanzwa ngayo umuntu owayengasenalo uchoko? (it-1-E 665 ¶5)

    • Lev 14:43-45—Umthetho owawuphathelene nochoko olubulalayo olwalusendlini, wawuwafundisani ama-Israyeli ngoJehova? (g 1/06 14, ibhokisi)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngayo?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Lev 14:1-18 (th isifundo 5)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Nikeza umninikhaya umagazini okhuluma ngalokho akushilo. (th isifundo 16)

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula ividiyo ethi OFakazi BakaJehova—Singobani? (kodwa ungayidlali) bese nixoxa ngayo. (th isifundo 11)

  • Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) fg isifundo 11 ¶6-7 (th isifundo 19)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 76

  • “Qhubeka Ubasebenzisa Omagazini”: (10 imiz.) Ingxoxo.

  • Okufezwa Inhlangano: (5 imiz.) Dlala ividiyo kaDisemba ethi Okufezwa Inhlangano.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz. noma ngaphansi) rr isahl. 2 ¶10-18

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)

  • INgoma 118 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela