Disemba 14-20
LEVITIKUSI 12-13
INgoma 140 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ongakufunda Emithethweni Emayelana Nochoko”: (10 imiz.)
Lev 13:4, 5—Abantu abanochoko babehlaliswa bodwa (wp18.1 7)
Lev 13:45, 46—Abantu abanochoko babekugwema ukuthelela abanye (wp16.4 9 ¶1)
Lev 13:52, 57—Izinto ezinochoko zazishiswa (it-2-E 238 ¶3)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Lev 12:2, 5—Kungani ukuzala kwakwenza owesifazane abe “ongcolile”? (w04 5/15 23 ¶2)
Lev 12:3—Kungani uJehova athi kudingeka umntwana asokwe ngosuku luka-8? (wp18.1 7)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngayo?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Lev 13:9-28 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Yibe usubuza izilaleli: Yini ebonisa ukuthi ummemezeli uyisebenzise kahle imibuzo? Uyenze kanjani yacaca indlela umBhalo osebenza ngayo?
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evame endaweni yangakini (th isifundo 19)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Nikeza umninikhaya incwajana ethi Izindaba Ezinhle bese uqala isifundo seBhayibheli esifundweni 11. (th isifundo 9)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (15 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz. noma ngaphansi) rr isahl. 2 ¶1-9, ividiyo eyisethulo
Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)
INgoma 28 Nomthandazo