Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb20 Disemba k. 2
  • Disemba 7-13

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Disemba 7-13
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2020
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2020
mwb20 Disemba k. 2

Disemba 7-13

LEVITIKUSI 10-11

  • INgoma 32 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Sithanda UJehova Kakhulu Kunemindeni Yethu”: (10 imiz.)

    • Lev 10:1, 2—UJehova wabulala uNadabi no-Abhihu ngoba banikela umlilo ongagunyaziwe (it-1-E 1174)

    • Lev 10:4, 5—Izidumbu zabo zasuswa ekamu

    • Lev 10:6, 7—UJehova wayala u-Aroni namanye amadodana akhe ukuba bangabazileli (w11 7/15 31 ¶16)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • Lev 10:8-11—Yini esingayifunda kula mavesi? (w14 11/15 17 ¶18)

    • Lev 11:8—Ingabe amaKristu kufanele akwenqabe ukudla izilwane ezazenqatshelwe eMthethweni KaMose? (it-1-E 111 ¶5)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngayo?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Lev 10:1-15 (th isifundo 10)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Yibe usubuza izilaleli le mibuzo: Utheni ummemezeli lapho umninikhaya ephikisa? Ungabonisana kanjani nomuntu ngeHubo 1:1, 2?

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Nikeza umninikhaya isimemo esimmemela esifundweni, bese wethula (kodwa ungayidlali) ividiyo ethi Kwenziwani EHholo LoMbuso? (th isifundo 20)

  • Inkulumo: (5 imiz. noma ngaphansi) w11 2/15 12—Isihloko: Yini Eyadambisa Intukuthelo KaMose Lapho Ethukuthelele U-Eliyazari No-Itamari? (th isifundo 12)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 51

  • “Sibonisa Uthando Ngokusekela Isiyalo SikaJehova”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Londoloza Ubuqotho Ngenhliziyo Enobunye.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz. noma ngaphansi) rr isahl. 1 ¶15-19, ibhokisi 1B

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)

  • INgoma 15 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela