Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb20 Okthoba k. 2
  • Okthoba 5-11

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Okthoba 5-11
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2020
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2020
mwb20 Okthoba k. 2

Okthoba 5-11

EKSODUSI 31-32

  • INgoma 45 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Gwema Ukukhonza Izithombe”: (10 imiz.)

    • Eks 32:1—Ukubhekana nezimo ezinzima akumenzi umuntu abe nelungelo lokukhonza abanye onkulunkulu (w09 5/15 11 ¶11)

    • Eks 32:4-6—Ama-Israyeli axuba ukukhulekela kweqiniso nokwamanga (w12 10/15 25 ¶12)

    • Eks 32:9, 10—UJehova wawathukuthelela kakhulu ama-Israyeli (w18.07 20 ¶14)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • Eks 31:17—Kungamuphi umqondo uJehova aphumula ngosuku lwesikhombisa lokudala? (w19.12 3 ¶4)

    • Eks 32:32, 33—Iyini incwadi kaNkulunkulu? Igama lomuntu lingabhalwa kanjani kuyo futhi lihlale libhaliwe? (w87 9/1 29)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Eks 32:15-35 (th isifundo 10)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo bese ubuza le mibuzo: Yini ebonisa ukuthi ummemezeli uyisebenzise kahle imibuzo? Usibeke kanjani isisekelo sempindelo?

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe sewethula ividiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? (kodwa ungayidlali) bese nixoxa ngayo. (th isifundo 9)

  • Inkulumo: (5 imiz. noma ngaphansi) w10 5/15 21—Isihloko: Kungani UJehova Engamjezisanga U-Aroni Ngokwenza Ithole Legolide? (th isifundo 7)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 36

  • “Bubheke Njengobuyigugu Ubuhlobo Bakho NoJehova”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Vikela Ubuhlobo Bakho NoJehova (Kol 3:5).

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz. noma ngaphansi) ia isahl. 21 ¶1-12

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)

  • INgoma 73 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela