Septhemba 28–Okthoba 4
EKSODUSI 29-30
INgoma 32 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ukunikela KuJehova”: (10 imiz.)
Eks 30:11, 12—UJehova watshela uMose ukuba abale abantu (it-2-E 764-765)
Eks 30:13-15—Wonke umuntu owayebhalisiwe kwakufanele anikele kuJehova (it-1-E 502)
Eks 30:16—Lowo mnikelo wasetshenziselwa “inkonzo yetende lokuhlangana.” (w11 11/1 12 ¶1-2)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Eks 29:10—Kwakusho ukuthini ‘ukubeka izandla phezu kwenhloko yenkunzi’? (it-1-E 1029 ¶4)
Eks 30:31-33—Kungani kwakuyicala elibomvu ukwenza amafutha okugcoba angcwele nokuwagcoba umuntu ongafanele? (it-1-E 114 ¶1)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Eks 29:31-46 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho, bese ubonisa indlela yokushumayela lapho kunekhamera noma i-inthakhomu. (Uma ningenayo imizi enama-inthakhomu noma amakhamera ensimini yenu, bonisa indlela yokushumayela lapho umninikhaya ekhuluma nawe engawuvulanga umnyango.) (th isifundo 2)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) bhs 113 ¶18 (th isifundo 13)
Inkulumo: (5 imiz. noma ngaphansi) km 1/11 4 ¶5-7; 6, ibhokisi—Isihloko: Amacebiso Athile Ozowasebenzisa Ekukhulekeleni Komkhaya. (th isifundo 20)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Unganikela Yini Ngesikhathi Nangamandla Akho?”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Izinhlelo Ezintsha Zomsebenzi Wokwakha—Isiqephu.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz. noma ngaphansi) ia isahl. 20 ¶14-26 nokubukeza, ek. 179
Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)
INgoma 151 Nomthandazo