Septhemba 14-20
EKSODUSI 25-26
INgoma 18 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Into Ebaluleke Kakhulu Etabernakele”: (10 imiz.)
Eks 25:9—UJehova watshela uMose indlela okwakufanele bawakhe ngayo umphongolo wesivumelwano (it-1-E 165)
Eks 25:21—UMphongolo wawuyibhokisi elingcwele okwakugcinwa kulo iMithetho Eyishumi (it-1-E 166 ¶2)
Eks 25:22—UMphongolo wawuhlotshaniswa nokuba khona kukaNkulunkulu (it-1-E 166 ¶3)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Eks 25:20—Kungenzeka yisiphi isizathu esenza ukuba amakherubi abekwe ngendlela ayebekwe ngayo esembozweni soMphongolo? (it-1-E 432 ¶1)
Eks 25:30—Zaziyini izinkwa zokubukwa? (it-2-E 936)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Eks 25:23-40 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo, bese ubuza izilaleli le mibuzo: Ummemezeli uyibonise kanjani imfudumalo nozwela? Iyiphi enye indlela ummemezeli abengayethula ngayo incwadi eseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa?
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 8)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usumnikeza incwadi eseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 11)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Okufezwa Inhlangano: (5 imiz.) Dlala ividiyo kaSepthemba ethi Okufezwa Inhlangano.
Izidingo Zebandla: (10 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz. noma ngaphansi) ia isahl. 19 ¶17-31 ibhokisi ek. 170 nokubukeza ek. 171
Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)
INgoma 30 Nomthandazo