Agasti 3-9
EKSODUSI 13-14
INgoma 148 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Yimani Niqine Nibone Insindiso KaJehova”: (10 imiz.)
Eks 14:13, 14—UMose wabonisa ukholo lokuthi uJehova wayezowakhulula ama-Israyeli (w13 2/1 4)
Eks 14:21, 22—UJehova wawakhulula ngokuyisimangaliso ama-Israyeli (w18.09 26 ¶13)
Eks 14:26-28—UJehova wabulala uFaro nebutho lakhe (w09 3/15 7 ¶2-3)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Eks 13:17—Wabonisa kanjani uJehova ukuthi uyawacabangela ama-Israyeli lapho ewakhipha eGibhithe? (it-1-E 1117)
Eks 14:2—Kungenzeka lahlukaniswa kuphi uLwandle olubomvu ukuze ama-Israyeli awele? (it-1-E 782 ¶2-3)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Eks 13:1-20 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Isiphetho Esiphumelelayo, bese nixoxa ngesifundo 20 sencwajana ethi Zimisele.
Inkulumo: (5 imiz. noma ngaphansi) w07 12/15 18-20 ¶13-16—Isihloko: Yini Esingayifunda Ekusindisweni Kwama-Israyeli Olwandle Olubomvu? (th isifundo 13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Yimani Niqine Njengoba Ukuphela Kusondela”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Izenzakalo Eziseza Ezizodinga Sibe Nesibindi—Isiqephu.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 16 ¶1-15
Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)
INgoma 79 Nomthandazo