Julayi 6-12
EKSODUSI 6-7
INgoma 150 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Manje Uzokubona Engizokwenza KuFaro”: (10 imiz.)
Eks 6:1—UMose wayezozibonela ‘isandla sikaJehova esinamandla’
Eks 6:6, 7—U-Israyeli wayezokhululwa (it-2-E 436 ¶3)
Eks 7:4, 5—UFaro nabaseGibhithe babezokwazi ukuthi ungubani uJehova (it-2-E 436 ¶1-2)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Eks 6:3—Kungamuphi umqondo uJehova engazange enze ukuba u-Abrahama, u-Isaka noJakobe bazi igama lakhe? (it-1-E 78 ¶3-4)
Eks 7:1—UMose wayefana kanjani ‘noNkulunkulu’ kuFaro, futhi u-Aroni waba kanjani “umprofethi” kaMose? (it-2-E 435 ¶5)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova uNkulunkulu, inkonzo yasensimini noma okunye?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Eks 6:1-15 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Ukuzama Ukufinyelela Inhliziyo, bese nixoxa ngesifundo 19 sencwajana ethi Zimisele.
Inkulumo: (5 imiz. noma ngaphansi) w15 1/15 9 ¶6-7—Isihloko: Mbongeni UJehova Zinsuku Zonke. (th isifundo 19)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (15 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 14¶1-13
Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)
INgoma 125 Nomthandazo