Juni 15-21
GENESISE 48-50
INgoma 30 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Asebekhulile Banokuningi Abangasixoxela Khona”: (10 imiz.)
Gen 48:21, 22—UJakobe wabonisa ukuthi uyaqiniseka ngokuthi iKhanani lalizonqotshwa (it-1-E 1246 ¶8)
Gen 49:1—Isiprofetho uJakobe asisho ngaphambi kokuba afe, sabonisa ukuthi unokholo (it-2-E 206 ¶1)
Gen 50:24, 25—UJosefa wabonisa ukuthi wayenokholo lokuthi izithembiso zikaJehova zizogcwaliseka (w07 6/1 28 ¶10)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Gen 49:19—Isiprofetho sikaJakobe ngokuphathelene noGadi, sagcwaliseka kanjani? (w04 6/1 15 ¶4-5)
Gen 49:27—Isiprofetho sikaJakobe ngokuphathelene noBhenjamini, sagcwaliseka kanjani? (it-1-E 289 ¶2)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova uNkulunkulu, inkonzo yasensimini noma okunye?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Gen 49:8-26 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye : (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Yibe usubuza izilaleli le mibuzo elandelayo: Abamemezeli basizane kanjani lapho beshumayela? Singakulingisa kanjani ukuqiniseka kwabo lapho sishumayela?
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evame endaweni yangakini. (th isifundo 6)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usunika umuntu incwadi ethi Lingasifundisani, bese uqala isifundo seBhayibheli esahlukweni 9. (th isifundo 16)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Yini Ongayifunda KumaKristu Asemnkantshubomvu?”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Ukulondoloza Ubunye Ngesikhathi Sokuvinjelwa.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 12 ¶13-25 Ukubukeza ek. 107
Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)
INgoma 54 Nomthandazo