Meyi 11-17
GENESISE 38-39
INgoma 33 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJehova Akazange Amlahle UJosefa”: (10 imiz.)
Gen 39:1—UJosefa waba isigqila eGibhithe (w14 11/1 12 ¶4-5)
Gen 39:12-14, 20—UJosefa waqanjelwa amanga futhi waboshwa (w14 11/1 14-15)
Gen 39:21-23—UJehova waqhubeka enoJosefa (w14 11/1 15 ¶2)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Gen 38:9, 10—Kungani uJehova abulala u-Onani? (it-2-E 555)
Gen 38:15-18—Kufanele sikubheke kanjani lokho okwenziwa uJuda noThamari? (w04 1/15 30 ¶4-5)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova uNkulunkulu, inkonzo yasensimini noma okunye?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Gen 38:1-19 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo bese ubuza izilaleli: Udadewethu ukwenze kanjani lokho akushoyo kwaqondakala kahle kumninikhaya? (th isifundo 17) Ummemezeli ubengayethula kanjani incwadi eseBhokisini Lamathuzi Okufundisa?
Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 1)
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evame endaweni yangakini. (th isifundo 11)
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Ngemva kwalokho, yibe usushiya ikhadi lemininingwane ye-jw.org. (th isifundo 6)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Balekela Ubufebe NjengoJosefa”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Balekela Ubufebe.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 10 ¶1-11 Ibhokisi ek. 86
Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)
INgoma 32 Nomthandazo