Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb20 Ephreli k. 4
  • Ephreli 13-19

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ephreli 13-19
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2020
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2020
mwb20 Ephreli k. 4

Ephreli 13-19

GENESISE 31

  • INgoma 112 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “UJakobe NoLabani Benza Isivumelwano Sokuthula”: (10 imiz.)

    • Gen 31:44-46—UJakobe noLabani banqwabelanisa amatshe base bedlela phezu kwawo ukudla kwesivumelwano (it-1-E 883 ¶1)

    • Gen 31:47-50—Babiza leyo ndawo ngokuthi iGaleyedi nangokuthi INqaba Yokulinda (it-2-E 1172)

    • Gen 31:51-53—Bathembisana ukuthi ngeke bahlaselane

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • Gen 31:19—Kungenzeka yini eyenza uRaheli wantshontsha onkulunkulu bakayise ababizwa ngokuthi amatherafi? (it-2-E 1087-1088)

    • Gen 31:41, 42—Isibonelo sikaJakobe sisifundisa ukuthi kufanele sibaphathe kanjani abaqashi “okunzima ukubajabulisa”? (1Pet 2:18; w13 3/15 21 ¶8)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova uNkulunkulu, inkonzo yasensimini noma okunye?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Gen 31:1-18 (th isifundo 10)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Yibe usubuza izilaleli le mibuzo elandelayo: Yini ebonisa ukuthi udadewethu uyichaze kahle indlela umBhalo osebenza ngayo? Yini ayishilo ukuze umninikhaya amlindele ngokuzayo?

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 4)

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usumnika incwajana ethi Izindaba Ezinhle bese uqalisa isifundo seBhayibheli, esifundweni 5. (th isifundo 8)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 77

  • Khuthaza Abapholile: (20 imiz. noma ngaphansi) Inkulumo ebekwa umdala. Dlala ividiyo ethi UJehova Uyazikhathalela Izimvu Zakhe. Ngemva kwalokho, bukeza amaphuzu asekhasini 14 lencwajana ethi Buyela KuJehova.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 8 ¶1-16

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)

  • INgoma 128 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela