Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb20 Mashi k. 8
  • Ngubani Engizommema?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ngubani Engizommema?
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2020
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ingabe Ulungiselela ISikhumbuzo?
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2021
  • Umkhankaso Wokumemezela ISikhumbuzo Uqala Ngo-March 17
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
  • Izimemo ZeSikhumbuzo Kufanele Zisakazwe Emhlabeni Wonke!
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2010
  • Ukusiza Bonke Abaye Babonisa Isithakazelo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1993
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2020
mwb20 Mashi k. 8
Umfowethu unikeza isihlobo sakhe esingeyena uFakazi isimemo seSikhumbuzo njengoba behleli ekhishini. Omkabo bayazixoxela futhi balungiselela ukudla emva kwabo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ngubani Engizommema?

Unyaka ngamunye senza umzamo okhethekile wokumema abantu ensimini yethu ukuze babe nathi eSikhumbuzweni. Abaningi babo asibazi. Kufanele simeme nalabo esibaziyo. Abantu abamenywa abantu ababaziyo bavame ukufika. (yb08 11 ¶3; 14 ¶1) Obani ongabamema?

  • Izihlobo

  • Osebenza nabo noma ofunda nabo

  • Omakhelwane

  • Abantu oke waxoxa nabo nowake wafunda nabo iBhayibheli nalabo ofunda nabo manje

Ngaphezu kwalokho, abadala bazomema asebepholile. Kuthiwani uma ofuna ukummema engahlali endaweni okuyo? Ungathola isikhathi nendawo yeSikhumbuzo salapho ehlala khona ngokuchofoza ingxenye ethi MAYELANA NATHI ku-jw.org, bese ukhetha “ISikhumbuzo.” Njengoba ulungiselela iSikhumbuzo salo nyaka, cabanga ngalabo ongabamema, bese uyabamema.

Izithombe: 1. Umfowethu ushumayeza indoda emsebenzini ngesikhathi sekhefu. 2. Umfowethu ubonisa umuntu osebenza esitolo sokudla ividiyo.
    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela