Febhuwari 3-9
GENESISE 12-14
INgoma 14 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Isivumelwano Esikuthintayo”: (10 imiz.)
Gen 12:1, 2—UJehova wathembisa ukubusisa u-Abrama (u-Abrahama) (it-1-E 522 ¶4)
Gen 12:3—“Yonke imindeni yomhlaba nakanjani iyozibusisa [ngo-Abrahama]” (w89 7/1 3 ¶4)
Gen 13:14-17—UJehova wakhombisa u-Abrahama izwe elaliyotholwa inzalo yakhe (it-2-E 213 ¶3)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Gen 13:8, 9—Singamlingisa kanjani u-Abrahama lapho silungisa ukungezwani? (w16.05 7 ¶12)
Gen 14:18-20—Kungamuphi umqondo uLevi ‘akhokha okweshumi ngo-Abrahama’? (Heb 7:4-10; it-2-E 683 ¶1)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova uNkulunkulu, inkonzo yasensimini noma okunye?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Gen 12:1-20 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Amaphuzu Ayinhloko Acacisiwe, bese nixoxa ngesifundo 14 sencwajana ethi Zimisele.
Inkulumo: (5 imiz. noma ngaphansi) w12 1/1 8—Isihloko: Yini Eyenza USara Waba Yigugu Kangaka? (th isifundo 14)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Yini Ongayifunda Ezingomeni Eziqanjiwe?”: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo yomculo oqanjiwe ethi Ususemnyango.
Izidingo Zebandla: (5 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia Isahl. 3 ¶1-13 Ibhokisi ek. 29
Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)
INgoma 34 Nomthandazo