Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb19 Disemba k. 5
  • Disemba 23-​29

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Disemba 23-​29
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
mwb19 Disemba k. 5

Disemba 23-29

ISAMBULO 17-19

  • INgoma 149 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Impi KaNkulunkulu Ezoqeda Zonke Izimpi”: (10 imiz.)

    • IsAm 19:11, 14-16—UJesu Kristu uzokhipha isahlulelo sikaNkulunkulu esilungile (w08 4/1 8 ¶3-4; it-1-E 1146 ¶1)

    • IsAm 19:19, 20—Isilo sasendle nomprofethi wamanga kuzobhujiswa (re 286 ¶24)

    • IsAm 19:21—Bonke abantu abamelana nobukhosi bukaNkulunkulu bazobhujiswa (re 286 ¶25)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • IsAm 17:8—Chaza ukuthi kungamuphi umqondo “isilo sasendle sasikhona, kodwa asisekho, kodwa sisazoba khona.” (re 247-248 ¶5-6)

    • IsAm 17:16, 17—Sazi kanjani ukuthi inkolo yamanga ngeke ivele iziphelele? (w12 6/15 18 ¶17)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IsAm 17:1-11 (th isifundo 5)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okwesibili: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

  • Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 8)

  • Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) jl isifundo 8 (th isifundo 13)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 150

  • Ngiphe Isibindi: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo yengoma eqanjiwe ethi Ngiphe Isibindi. Yibe sewubuza le mibuzo elandelayo: Iziphi izimo ekuphileni ezidinga isibindi? Iziphi izindaba eziseBhayibhelini ezikwenza ube nesibindi? Obani abanathi? Phetha le ngxenye ngokucela bonke ukuba basukume nicule ingoma ethi “Ngiphe Isibindi” (yemihlangano yebandla).

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 18 ¶10-18

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 22 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela