Okthoba 21-27
1 PETRU 3-5
INgoma 14 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ukuphela Kwezinto Zonke Sekusondele”: (10 imiz.)
1Pet 4:7—“Yibani abahluzekile engqondweni, futhi niphaphamele ukuthandaza” (w13 11/15 3 ¶1)
1Pet 4:8—“Yibani nothando olukhulu ngomunye nomunye” (w99 4/15 22 ¶3)
1Pet 4:9—“Ngenisanani ngaphandle kokukhononda” (w18.03 14-15 ¶2-3)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
1Pet 3:19, 20—UJesu wayishumayeza nini futhi kanjani “imimoya esetilongweni”? (w13 6/15 23)
1Pet 4:6—Obani ‘abafileyo izindaba ezinhle ezamenyezelwa’ kubo? (w08 11/15 21 ¶5)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) 1Pet 3:8-22 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 6)
Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula ividiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli (kodwa ungayidlali) bese nixoxa ngayo. (th isifundo 8)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Zuza Oshade Naye Ngokuziphatha Okumsulwa”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi UJehova Uyasiqinisa Ukuze Sithwale Imithwalo Yethu.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 15 ¶8-16
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 102 Nomthandazo