Septhemba 30–Okthoba 6
JAKOBE 1-2
INgoma 122 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Into Eholela Esonweni Nasekufeni”: (10 imiz.)
[Dlala ividiyo ethi Isethulo SikaJakobe.]
Jak 1:14—Kalula nje imicabango engalungile ingasenza sibe nezifiso ezingalungile (g17.4 14)
Jak 1:15—Izifiso ezingalungile zivame ukuholela esonweni nasekufeni (g17.4 14)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Jak 1:17—Kungani uJehova ebizwa ngokuthi ‘uYise wezinkanyiso’? (it-2-E 253-254)
Jas 2:8—Uyini “umthetho wobukhosi”? (it-2-E 222 ¶4)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Jak 2:10-26 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Ubuyela Okwesithathu: (3 imiz. noma ngaphansi) Zikhethele umBhalo ozowusebenzisa. Memela umninikhaya emihlanganweni. (th isifundo 3)
Lapho Ubuyela Okwesithathu: (4 imiz. noma ngaphansi) Zikhethele umBhalo ozowusebenzisa. Yibe usunika umninikhaya incwadi esifundisa ngayo. (th isifundo 12)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) bhs 30 ¶4-5 (th isifundo 13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Qhubekani Nicabanga Ngalezi Zinto”: (8 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Gwema Izinto Eziphazamisa Ubuqotho—Ukuzijabulisa Okungafanele.
Bazali—Sizani Izingane Zenu Zigweme Ukuthumelelana Imiyalezo Yocansi: (7 imiz.) Inkulumo ebekwa umdala esekelwe kuyi-Phaphama! kaNovemba 2013 amakhasi 4-5.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 14 ¶10-16
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 135 Nomthandazo