Septhemba 16-22
HEBHERU 11
INgoma 119 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ukubaluleka Kokholo”: (10 imiz.)
Heb 11:1—Ukholo luyachazwa (w16.10 27 ¶6)
Heb 11:6—Kudingeka sibe nokholo ukuze sijabulise uNkulunkulu (w13 11/1 11 ¶2-5)
Heb 11:33-38—Ukholo lwenza izinceku zikaNkulunkulu zakwazi ukubhekana nezimo ezinzima (w16.10 23 ¶10-11)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Heb 11:4—Lwalusekelwephi ukholo luka-Abela? (it-1-E 804 ¶5)
Heb 11:5—Lwavuzwa kanjani ukholo luka-Enoke? (wp17.1 12-13)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Heb 11:1-16 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 3)
Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Nikeza umninikhaya isimemo somhlangano bese wethula ividiyo ethi Kwenziwani EHholo LoMbuso? kodwa ungayidlali (th isifundo 11)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Uzokwenzenjani Ngonyaka Wesomiso?”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 13 ¶18-21 nebhokisi ek. 138
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 35 Nomthandazo