Agasti 19-25
HEBHERU 1-3
INgoma 35 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Thanda Ukulunga, Uzonde Ukweqa Umthetho”: (10 imiz.)
[Dlala ividiyo ethi Isethulo Sencwadi Eya KumaHebheru.]
Heb 1:8—UJesu ubusa ‘ngentonga yobuqotho’ (w14 2/15 5 ¶8)
Heb 1:9—UJesu uthanda ukulunga, azonde ukweqa umthetho (w14 2/15 4-5 ¶7)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Heb 1:3—Ingabe uJesu wayelokhu efana nse noYise? (it-1-E 1185 ¶1)
Heb 1:10-12—Kungani umphostoli uPawulu acaphuna amazwi eHubo 102:25-27 lapho ekhuluma ngoJesu Kristu? (it-1-E 1063 ¶7)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Heb 1:1-14 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxa Ngakho. (th isifundo 4)
Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxa Ngakho. Nikeza umninikhaya isimemo semihlangano bese umbonisa ividiyo ethi Kwenziwani EHholo LoMbuso, kodwa ungayidlali. (th isifundo 11)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (15 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 12 ¶8-14
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 78 Nomthandazo