Agasti 12-18
THITHU 1–FILEMONI
INgoma 99 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Misa Amadoda Amadala”: (10 imiz.)
[Dlala ividiyo ethi Isethulo Sencwadi Eya KuThithu.]
Thithu 1:5-9—Ababonisi bezigodi bamisa labo abanezimfanelo eziseBhayibhelini ukuba babe abadala (w14 11/15 28-29)
[Dlala ividiyo ethi Isethulo Sencwadi Eya KuFilemoni.]
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Thithu 1:12—Kungani lo mBhalo ungakuvuni ukubandlulula ngokohlanga? (w89 5/15 31 ¶5)
Filem 15, 16—Kungani uPawulu engacelanga uFilemoni ukuba akhulule u-Onesimu? (w08 10/15 31 ¶4)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Thithu 3:1-15 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 3)
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 12)
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Shiya ikhadi lemininingwane yokungena ku-jw.org. (th isifundo 11)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Basha—‘Shisekelani Imisebenzi Emihle’”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Abasha Abadumisa UJehova.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 12 ¶1-7
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 70 Nomthandazo