Julayi 22-28
1 THIMOTHEWU 1-3
INgoma 103 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Zama Ukufinyelela Umsebenzi Omuhle”: (10 imiz.)
[Dlala ividiyo ethi Isethulo Seyokuqala KuThimothewu.]
1Thim 3:1—Abafowethu bakhuthazwa ukuba bafinyelele ukuba ababonisi (w16.08 21 ¶3)
1Thim 3:13—Abafowethu abakhonza ngendlela enhle bathola izibusiso (km 10/78 7 ¶7)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
1Thim 1:4—Kungani uPawulu akhuza uThimothewu ngokunaka izinhlu zozalo? (it-1-E 914-915)
1Thim 1:17—Kungani kunguJehova kuphela ongabizwa ngokuthi ‘iNkosi engunaphakade’? (cl 12 ¶15)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) 1Thim 2:1-15 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okwesibili: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 2)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) lv 38-39 ¶6-7 (th isifundo 6)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Abasebenzi Abasebasha EWarwick Badumisa UJehova: (6 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo, bese nixoxa ngemibuzo elandelayo:
Abafowethu nodadewethu abasebasha basiza kanjani emsebenzini wokwakha iBethel yaseWarwick futhi bazuza kanjani?
Abafowethu nodadewethu abasebasha emabandleni banamaphi amathuba okudumisa uJehova?
“Yini Ongayifunda Kubo?”: (9 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Wahloniphe Amadoda Angomakedebona.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 11¶1-7
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 76 Nomthandazo