Meyi 6-12
2 KORINTE 4-6
INgoma 128 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Asiyeki”: (10 imiz.)
2Ko 4:16—UJehova usinika amandla “usuku nosuku” (w04 8/15 25 ¶16-17)
2Ko 4:17—Izinkinga esibhekana nazo ‘zingezomzuzwana futhi zilula’ (it-1-E 724-725)
2Ko 4:18—Kufanele sigxile ezibusisweni ezizayo zoMbuso
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
2Ko 4:7—Iyini le ‘ngcebo esezitsheni zobumba’? (w12 2/1 28-29)
2Ko 6:13—Singabonisa kanjani ukuthi silalela umyalo othi “yanulekani”? (w09 11/15 21 ¶7)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) 2Ko 4:1-15 (th isifundo 12)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Ukufunda Ngokunembile, bese nixoxa ngesifundo 5 sencwajana ethi Zimisele.
Inkulumo: (5 imiz. noma ngaphansi) w04 7/1 30-31—Isihloko: Kulungile Yini Ukuba UmKristu Obhapathiziwe Athandane Nommemezeli Ongabhapathiziwe? (th isifundo 7)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Ukwenza Konke Okusemandleni Ami: (8 imiz.) Dlala ividiyo. Bese ubuza izilaleli le mibuzo elandelayo: Lapho uMfweth’ uFoster esemusha futhi esenamandla wamkhonza kanjani uJehova ngokusemandleni akhe? Izimo zakhe zashintsha kanjani? Umkhonza kanjani uJehova ngokusemandleni nakuba izimo zakhe sezishintshile? Iziphi izifundo ozifundile kulokho abhekana nakho?
Izidingo Zebandla: (7 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 7 ¶9-16
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 129 Nomthandazo