Ephreli 29–Meyi 5
2 Korinte 1-3
INgoma 44 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJehova—‘UNkulunkulu Wenduduzo Yonke’”: (10 imiz.)
[Dlala ividiyo ethi Isethulo Sencwadi Yesibili YabaseKorinte.]
2Ko 1:3—UJehova ‘unguYise wesihe’ (w17.07 13 ¶4)
2Ko 1:4—Siduduza abanye ngenduduzo esiyithola kuJehova (w17.07 15 ¶14)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
2Ko 1:22—Luyini “uphawu [oluyisiqinisekiso]” “nophawu” oluvela kuNkulunkulu olutholwa umKristu ngamunye ogcotshiwe? (w16.04-E 32)
2Ko 2:14-16—Yini okungenzeka ukuthi umphostoli uPawulu wayebhekisela kuyo lapho ekhuluma ‘ngodwendwe lokunqoba’? (w10 8/1 23)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) 2Ko 3:1-18 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okwesibili: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 6)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) bhs 52-53 ¶3-4 (th isifundo 8)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Funa Imfundo Evela KuJehova”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Sibusiswe Ngemfundo Evela KuJehova.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 7 ¶1-8
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 79 Nomthandazo