Ephreli 22-28
1 Korinte 14-16
INgoma 22 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UNkulunkulu Uyoba ‘Yikho Konke Kuwo Wonke Umuntu’”: (10 imiz.)
1Ko 15:24, 25—UMbuso kaMesiya uzobhubhisa zonke izitha zikaNkulunkulu (w98 7/1 21 ¶10)
1Ko 15:26—Ukufa kuyokwenziwa ize (kr 237 ¶21)
1Ko 15:27, 28—UKristu uyobuyisela uMbuso kuJehova (w12 9/15 12 ¶17)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
1Ko 14:34, 35—Ingabe umphostoli uPawulu wayenqabela abesifazane ukuba bakhulume? (w12 9/1 9, ibhokisi)
1Ko 15:53—Kuyini ukungafi nokungonakali? (it-1-E 1197-1198)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) 1Ko 14:20-40 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 3)
Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula ividiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? (kodwa ungayidlali) bese nixoxa ngayo (th isifundo 9)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (15 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 6 ¶19-25 nebhokisi ek. 65
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 89 Nomthandazo