Januwari 28–Febhuwari 3
IZENZO 27-28
INgoma 129 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UPawulu Uya ERoma Ngomkhumbi”: (10 imiz.)
IzE 27:23, 24—Ingelosi yatshela uPawulu ukuthi bonke labo ayenabo emkhunjini babezosinda esiphephweni (bt 208 ¶15)
IzE 28:1, 2—UPawulu waphukelwa umkhumbi eMelitha (bt 209 ¶18; 210 ¶21)
IzE 28:16, 17—UPawulu wafika ephephile eRoma (bt 213 ¶10)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IzE 27:9—Kwakuyini ‘ukuzila ukudla kosuku lokuhlawulela’? (iphuzu lokucwaninga elithi “nokuzila ukudla [kosuku lokuhlawulela],” elikuyizE 27:9, kuyi-nwtsty-E)
IzE 28:11—Kusiza ngani ukwazi ukuthi kwakunesithombe emkhunjini? (iphuzu lokucwaninga elithi “samaDodana KaZeyusi,” elikuyizE 28:11, kuyi-nwtsty-E)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IzE 27:1-12 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okwesibili: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 2)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) lv 139-141 ¶16-17 (th isifundo 3)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“UPawulu Wabonga UNkulunkulu, Wama Isibindi”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi “Insimbi Ilolwa Ngensimbi”—Isiqephu. Bakhuthaze bonke ukuba bayibuke yonke le vidiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 3 ¶1-9
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 93 Nomthandazo