UPawulu noBarnaba baphambi kukaSergiyu Pawulu
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | IZENZO 12-14
UBarnaba NoPawulu Benza Abantu Abahlala Ezindaweni Ezikude Baba Abafundi
Naphezu kokuphikiswa okunamandla, uBarnaba noPawulu basebenza kanzima ukuze basize abantu abalungile ukuba babe amaKristu
Bashumayeza lonke uhlobo lwabantu
Bakhuthaza abafundi abasha “ukuba bahlale okholweni”