Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb18 Novemba k. 2
  • Novemba 5-11

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Novemba 5-11
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
mwb18 Novemba k. 2

Novemba 5-11

JOHANE 20-21

  • INgoma 35 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Uyangithanda Na Ngaphezu Kwalezi?”: (10 imiz.)

    • Joh 21:1-3—Ngemva kokufa kukaJesu, uPetru nabanye abafundi bahamba bayodoba

    • Joh 21:4-14—Lapho uJesu esevusiwe wabonakala kuPetru nakwabanye abafundi

    • Joh 21:15-19—UJesu wasiza uPetru ukuba aqonde ukuthi yini okufanele ize kuqala kuye (amaphuzu okucwaninga: “uJesu wathi kuSimoni Petru,” “uyangithanda na ngaphezu kwalezi,” akuJoh 21:15 kuyi-nwtsty-E; iphuzu lokucwaninga elithi “ngokwesithathu,” elikuJoh 21:17, kuyi-nwtsty-E)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Joh 20:17—Ayesho ukuthini amazwi kaJesu kuMariya Magdalena? (iphuzu lokucwaninga elithi “Yeka ukunamathela kimi” elikuJoh 20:17 kuyi-nwtsty-E)

    • Joh 20:28—Kungani uTomase abiza uJesu ngokuthi “Nkosi yami, Nkulunkulu wami”? (iphuzu lokucwaninga elithi “Nkosi yami, Nkulunkulu wami!” elikuJoh 20:28 kuyi-nwtsty-E)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Joh 20:1-18

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

  • Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bhs 79 ¶21-22 —Memela umuntu emihlanganweni yebandla.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 37

  • Izidingo Zebandla: (15 imiz.)

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 15 ¶18-23 nebhokisia ek. 180

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 45 Nomthandazo

a Ningase nikhethe ukungalifundi ibhokisi.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela