Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb18 Okthoba k. 7
  • Okthoba 29–November 4

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Okthoba 29–November 4
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
mwb18 Okthoba k. 7

Okthoba 29–Novemba 4

JOHANE 18-19

  • INgoma 54 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “UJesu Wafakazela Iqiniso”: (10 imiz.)

    • Joh 18:36—Iqiniso ligxile eMbusweni kaMesiya

    • Joh 18:37—UJesu wafakazela iqiniso ngokuphathelene nenjongo kaNkulunkulu (amaphuzu okucwaninga: “ngifakazele,” “iqiniso,” akuJoh 18:37, kuyi-nwtsty-E)

    • Joh 18:38a—Kubonakala sengathi uPilatu wayephika ukuba khona kwento okuthiwa iqiniso (iphuzu lokucwaninga elithi “Liyini iqiniso?,” elikuJoh 18:38a, kuyi-nwtsty-E)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Joh 19:30—Kusho ukuthini ukuthi uJesu “wawunikela umoya wakhe”? (iphuzu lokucwaninga elithi “wawunikela umoya wakhe,” elikuJoh 19:30, kuyi-nwtsty-E)

    • Joh 19:31—Ibuphi ubufakazi obubonisa ukuthi uJesu wafa ngoNisani 14, 33 C.E.? (iphuzu lokucwaninga elithi “usuku lwalelo Sabatha lwalungolukhulu,” elikuJoh 19:31, kuyi-nwtsty-E)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Joh 18:1-14

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usubonisa umninikhaya iwebusayithi yethu ethi jw.org/zu.

  • Lapho Ubuyela Okwesithathu: (3 imiz. noma ngaphansi) Zikhethele umBhalo ozowusebenzisa nombuzo enizoxoxa ngawo ngokuzayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) fg isifundo 14 ¶6-7

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 46

  • “AmaKristu Angempela Abonakala Ngothando—Jabulela Iqiniso”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi ‘Yibani Nothando Phakathi Kwenu’—Jabulela Iqiniso, Hhayi Ukungalungi. Uma isikhathi sivuma, xoxani ngebhokisi elithi “Isibonelo SeBhayibheli Esingazindla Ngaso.”

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 15 ¶10-17 nebhokisi ek. 177

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 32 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela