Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb18 Okthoba k. 3
  • Okthoba 8-14

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Okthoba 8-14
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
mwb18 Okthoba k. 3

Okthoba 8-14

JOHANE 11-12

  • INgoma 16 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Lingisa Isihawu SikaJesu”: (10 imiz.)

    • Joh 11:23-26—UJesu wakhuluma amazwi aduduzayo kuMartha (iphuzu lokucwaninga elithi “Ngiyazi ukuthi uyovuka,” elikuJoh 11:24, kuyi-nwtsty-E; iphuzu lokucwaninga elithi “Mina ngingukuvuka nokuphila,” elikuJoh 11:25, kuyi-nwtsty-E)

    • Joh 11:33-35​—UJesu waba lusizi lapho ebona uMariya nabanye bekhala (amaphuzu okucwaninga: “ekhala,” “wabubula emoyeni futhi wakhathazeka,” “emoyeni,” akuJoh 11:33, kuyi-nwtsty-E; iphuzu lokucwaninga elithi “wakhala izinyembezi,” elikuJoh 11:35, kuyi-nwtsty-E)

    • Joh 11:43, 44​—UJesu wathatha isinyathelo sokusiza labo ababedinga usizo

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Joh 11:49​—Ubani owamisa uKayafase ukuba abe umpristi ophakeme futhi wahlala isikhathi eside kangakanani kuleso sikhundla? (iphuzu lokucwaninga elithi “owayengumpristi ophakeme,” elikuJoh 11:49, kuyi-nwtsty-E)

    • Joh 12:42​—Kungani amanye amaJuda ayesaba ukuvuma ukuthi uJesu unguKristu? (amaphuzu okucwaninga: “nakubabusi,” “bangaxoshwa esinagogeni,” akuJoh 12:42, kuyi-nwtsty-E)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Joh 12:35-50

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

  • Inkulumo: (6 imiz. noma ngaphansi) w13 9/15 32​—Isihloko: Kungani UJesu Akhala Izinyembezi Ngaphambi Kokuba Avuse ULazaru?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 141

  • UJesu ‘Ungukuvuka Nokuphila’ (Joh 11:25): (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi ‘Ngokuqinisekile UNkulunkulu Wamenza INkosi NoKristu’—Ingxenye II, Isiqephu. Yibe usubuza izilaleli le mibuzo elandelayo: Le ndaba isifundisani ngesihawu sikaJesu? UJesu ‘ungukuvuka nokuphila’ ngayiphi indlela? Iziphi izimangaliso uJesu azozenza esikhathini esizayo?

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 14 ¶10-14, ibhokisi emakh. 164-165 nesithasiselo emakh. 222-223

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 147 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela