Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb18 Septhemba k. 4
  • Septhemba 17-23

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Septhemba 17-23
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
mwb18 Septhemba k. 4

Septhemba 17-23

JOHANE 5-6

  • INgoma 2 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Landela UJesu Ngezinhloso Ezinhle”: (10 imiz.)

    • Joh 6:9-11—UJesu wondla isixuku ngokuyisimangaliso (iphuzu lokucwaninga elithi “amadoda ahlala, cishe izinkulungwane ezinhlanu ngesibalo” elikuJoh 6:10 kuyi-nwtsty-E)

    • Joh 6:14, 24—Abantu baphetha ngokuthi uJesu wayenguMesiya futhi bamcinga nangosuku olulandelayo (iphuzu lokucwaninga elithi “ungumprofethi,” elikuJoh 6:14 kuyi-nwtsty-E)

    • Joh 6:25-27, 54, 60, 66-69—Ngenxa yokuthi abantu babelandela uJesu nabafundi bakhe ngezinhloso ezimbi, baphatheka kabi ngalokho uJesu akusho (amaphuzu okucwaninga: “ukudla okushabalalayo . . . ukudla okuhlalayo kube ukuphila okuphakade,” “odla inyama yami, aphuze igazi lami,” akuJoh 6:27, 54 kuyi-nwtsty-E; w05 9/1 21 ¶13-14)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Joh 6:44—UBaba ubadonsela kanjani abantu kuye? (iphuzu lokucwaninga elithi “emdonsa,” elikuJoh 6:44, kuyi-nwtsty-E)

    • Joh 6:64—Kushiwo ngamuphi umqondo ukuthi uJesu wayazi “kusukela ekuqaleni” ukuthi wayezokhashelwa uJuda? (amaphuzu okucwaninga: “uJesu wayazi . . . nokuthi ubani owayezomkhaphela,” “kusukela ekuqaleni,” akuJoh 6:64, kuyi-nwtsty-E)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Joh 6:41-59

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Umuntu uphikisa ngendlela evame endaweni yangakini.

  • Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Umuntu ukutshela ukuthi naye uyasonta.

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okwesibili: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 31

  • Kuhambe Kanjani?: (5 imiz.) Ingxoxo. Cela izilaleli zisho okwenzekile njengoba bezizama ukuqala izingxoxo nabantu ukuze zikwazi ukubashumayeza.

  • “Akumoshwanga Lutho”: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Izakhiwo Ezingayilimazi Imvelo Zikhazimulisa UJehova—Isiqephu.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 13 ¶5-15 nebhokisia ek. 150

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 89 Nomthandazo

a Ningase nikhethe ukungalifundi ibhokisi.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela