AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | LUKA 23-24
Kulungele Ukuthethelela Abanye
Ubani okufanele ngimthethelele?
Kusho ukuthini ‘ukulungela ukuthethelela’? (IHu 86:5) Ukuze uJehova neNdodana yakhe bathole isizathu sokubonisa umusa, babhekisisa noma yikuphi ukushintsha kwenhliziyo kubantu abanesono.