Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb18 Julayi k. 4
  • Julayi 16-22

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Julayi 16-22
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
mwb18 Julayi k. 4

Julayi 16-22

LUKA 10-11

  • INgoma 100 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Umfanekiso WomSamariya Olungile”: (10 imiz.)

    • Luka 10:29-32—Umpristi owadlula kuqala akazange amsize umJuda owayebanjwe izigebengu nomLevi owaqhamuka kamuva akamsizanga [Dlala okubukwayo kukaLuka 10:30 kuyi-nwtsty-E okuthi “Umgwaqo Osuka EJerusalema Uya EJeriko”.] (w02 9/1 16-17 ¶14-15)

    • Luka 10:33-35—UmSamariya wabonisa ukuthi wayemthanda ngempela umJuda owayebanjwe izigebengu (“umSamariya othile,” “wabopha amanxeba akhe, emgcoba ngamafutha nangewayini kuwona,” “endlini yezihambi,” akuLuka 10:33, 34, kuyi-nwtsty-E)

    • Luka 10:36, 37—Kufanele sithande bonke abantu, hhayi nje kuphela abantu abasezingeni lokuphila elifana nelethu nalabo bohlanga, besizwe noma bezwe lethu (w98 7/1 31 ¶2)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Luka 10:18—UJesu wayesho ukuthini lapho ethi kubafundi abangu-70: “Ngaqala ukubona uSathane esewile kakade njengombani uvela ezulwini”? (iphuzu lokucwaninga elithi “Ngaqala ukubona uSathane esewile kakade njengombani uvela ezulwini,” elikuLuka 10:18, kuyi-nwtsty-E; w08 3/15 31 ¶12)

    • Luka 11:5-9—Umfanekiso wendoda ephikelelayo usifundisani ngokuthandaza? (amaphuzu okucwaninga: “Mngane, ngenanele izinkwa ezintathu,” “Yeka ukungikhathaza,” “yokuphikelela kwakhe ngesibindi,” akuLuka 11:5-9, kuyi-nwtsty-E)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Luka 10:1-16

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Umuntu uphikisa ngendlela evame endaweni yangakini.

  • Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Umuntu ukutshela ukuthi usadla.

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okwesibili: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 24

  • “Kungani Ukungathathi-hlangothi Kubaluleke Kangaka? (Mika 4:2)”: (15 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 10 ¶16-24

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 146 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela