Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb18 Juni k. 2
  • Landela Izinyathelo ZikaKristu Eduze

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Landela Izinyathelo ZikaKristu Eduze
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Jabula Lapho Ushushiswa
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2022
  • “Cabangisisani Ngalowo Okhuthazele”
    ‘Woza Ube Ngumlandeli Wami’
  • “Vumelani Ukukhuthazela Kuphelelise Umsebenzi Wako”
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2016 (Efundwayo)
  • Singazuza Ngokukhuthazelela Ukuhlupheka
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2007
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
mwb18 Juni k. 2

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Landela Izinyathelo ZikaKristu Eduze

UJesu wasibekela isibonelo okufanele sisilingise, ikakhulukazi lapho sibhekene novivinyo noma ushushiso. (1Pet 2:21-23) Nakuba abantu babemdelela, akazange aziphindiselele ngisho nalapho ehlushwa. (Mar 15:29-32) Yini eyamsiza wakhuthazela? Wayezimisele ukwenza intando kaNkulunkulu. (Joh 6:38) Wagxila ‘nasenjabulweni eyayibekwe phambi kwakhe.’—Heb 12:2.

Senzenjani uma siphathwa kabi ngenxa yokholo lwethu? AmaKristu angempela ‘awabuyiseli muntu okubi ngokubi.’ (Ro 12:14, 17) Lapho silingisa indlela uKristu akhuthazela ngayo lapho ehlushwa, kumelwe sijabule ngoba sisuke sijabulisa uJehova.—Math 5:10-12; 1Pet 4:12-14.

BUKELA IVIDIYO ETHI IGAMA LIKAJEHOVA LIBALULEKE KUNAKHO KONKE, BESE UPHENDULA IMIBUZO ELANDELAYO:

  • Udadewethu uPötzingera wasisebenzisa kanjani ngokuhlakanipha isikhathi sakhe lapho evalelwe yedwa ejele?

  • UMfowethu noDadewethu uPötzinger bakhuthazelela kuphi ukuhlukumezeka lapho besemakamu okuhlushwa ahlukahlukene?

  • Yini eyabasiza bakhuthazela?

Abesifazane bayafukuza ngesikhathi beboshwe ekamu lamaNazi; UMfowethu noDadewethu uPötzinger

Lapho usebunzimeni, landela izinyathelo zikaKristu eduze

a Lesi sibongo singabhalwa nangokuthi Poetzinger.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela