Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb18 Juni k. 2
  • Juni 4-10

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Juni 4-10
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
mwb18 Juni k. 2

Juni 4-10

MARKU 15-16

  • INgoma 95 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “UJesu Wagcwalisa Iziprofetho”: (10 imiz.)

    • Mar 15:3-5—UJesu waqhubeka ethule lapho bembeka icala

    • Mar 15:24, 29, 30—Kwenziwa inkatho ukuze kuthathwe izingubo zakhe futhi wadelelwa (iphuzu lokucwaninga elithi “aba izingubo zakhe zangaphandle,” elikuMar 15:24, kuyi-nwtsty-E; iphuzu lokucwaninga elithi “benikina amakhanda,” elikuMar 15:29, kuyi-nwtsty-E)

    • Mar 15:43, 46—Wangcwatshelwa endaweni yabantu abacebile (iphuzu lokucwaninga elithi “UJosefa,” elikuMar 15:43, kuyi-nwtsty-E)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Mar 15:25—Kungaba iziphi ezinye izizathu ezenza kube nezikhathi ezingafani ezibonisa ukuthi uJesu wabethelwa nini esigxotsheni? (iphuzu lokucwaninga elithi “kuyihora lesithathu,” elikuMar 15:25, kuyi-nwtsty-E)

    • Mar 16:8—Kungani iNguqulo YeZwe Elisha yesiNgisi ebukeziwe ingenaso isiphetho eside noma esifushane eVangelini likaMarku? (iphuzu lokucwaninga elithi “ngoba babesaba,” elikuMar 16:8, kuyi-nwtsty-E)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Mar 15:1-15

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

  • Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho..

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) jl isifundo 2

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 63

  • “Landela Izinyathelo ZikaKristu Eduze”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Igama LikaJehova Libaluleke Kunakho Konke.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 8 ¶19-26

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 140 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela