Meyi 21-27
MARKU 11-12
INgoma 34 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ukhalakathisele Okungaphezu Kokwabo Bonke Abanye”: (10 imiz.)
Mar 12:41, 42—UJesu waqaphela umfelokazi oswele ebhokisini lomnikelo ethempelini enikela ngezinhlamvu ezimbili zemali yenani elincane kakhulu (amaphuzu okucwaninga: “amabhokisi omnikelo,” “izinhlamvu zemali ezimbili ezincane,” akuMar 12:41, 42, kuyi-nwtsty-E)
Mar 12:43—UJesu wakujabulela ukuzidela kwakhe watshela nabafundi bakhe ngakho (w97 10/15 16-17 ¶16-17)
Mar 12:44—Umnikelo walo mfelokazi wawubaluleke kakhulu emehlweni kaJehova (w97 10/15 17 ¶17; w87 12/1 30 ¶1; cl 185 ¶15)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Mar 11:17—Kungani uJesu abiza ithempeli ngokuthi “yindlu yomthandazo yazo zonke izizwe”? (iphuzu lokucwaninga elithi “indlu yomthandazo yazo zonke izizwe,” elikuMar 11:17, kuyi-nwtsty-E)
Mar 11:27, 28—Abaphikisi bakaJesu babekhuluma ngaziphi ‘izinto’? (jy-E 244 ¶7)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Mar 12:13-27
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Umuntu uphikisa ngendlela evamile endaweni yangakini.
Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Umuntu ukutshela ukuthi usanda kushonelwa isihlobo sakhe.
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okwesibili: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Ukholo KuJehova Luyasiza: (15 imiz.) Dlala ividiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 8 ¶1-10
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 98 Nomthandazo