Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb18 Meyi k. 4
  • Meyi 14-20

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Meyi 14-20
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
mwb18 Meyi k. 4

Meyi 14-20

MARKU 9-10

  • INgoma 22 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Umbono Oqinisa Ukholo”: (10 imiz.)

    • Mar 9:1—UJesu uthembisa abanye babaphostoli bakhe ukuthi bazobona umbono wenkazimulo azoba nayo eMbusweni wakhe (w05 1/15 12 ¶9-10)

    • Mar 9:2-6—UPetru, uJakobe noJohane babona uJesu oguqulwe isimo exoxa ‘no-Eliya noMose’ (w05 1/15 12 ¶11)

    • Mar 9:7—UJehova waqinisekisa ngezwi lakhe ukuthi uJesu uyiNdodana yakhe (iphuzu lokucwaninga elithi “izwi,” elikuMar 9:7, kuyi-nwtsty-E)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Mar 10:6-9—Isiphi isimiso esiphathelene nomshado uJesu asiqokomisa? (w08 2/15 30 ¶8)

    • Mar 10:17, 18—Kungani uJesu alungisa indoda ethile eyambiza ngokuthi “Mfundisi Omuhle”? (amaphuzu okucwaninga: “Mfundisi Omuhle,” “Akekho omuhle, ngaphandle koyedwa, uNkulunkulu,” akuMar 10:17, 18, kuyi-nwtsty-E)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Mar 9:1-13

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

  • Inkulumo: (6 imiz. noma ngaphansi) w04 5/15 30-31—Isihloko: Asho Ukuthini Amazwi KaJesu AkuMarku 10:25?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 131

  • “Lokho UNkulunkulu Akuhlanganisile . . . ”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Uthando Nenhlonipho Kwenza Imindeni Ibe Nobunye.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv Isithasiselo emak. 215-218

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 66 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela