Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb18 Ephreli k. 5
  • Ephreli 23-29

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ephreli 23-29
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
mwb18 Ephreli k. 5

Ephreli 23-29

MARKU 3-4

  • INgoma 143 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Ukuphulukisa NgeSabatha”: (10 imiz.)

    • Mar 3:1, 2—Abaholi benkolo yobuJuda babefuna izaba zokulahla uJesu (jy-E 78 ¶1-2)

    • Mar 3:3, 4—UJesu wayazi ukuthi babenombono oweqisayo ongasekelwe emBhalweni ngomthetho weSabatha (jy-E 78 ¶3)

    • Mar 3:5—UJesu ‘wayelusizi impela ngenxa yokungazweli kwezinhliziyo zabo’ (iphuzu lokucwaninga elithi “ethukuthele, elusizi impela,” elikuMar 3:5, kuyi-nwtsty-E)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Mar 3:29—Kusho ukuthini ukuhlambalaza umoya ongcwele, futhi iba yini imiphumela yako? (amaphuzu okucwaninga: “ohlambalaza umoya ongcwele,” “unecala lesono saphakade,” akuMar 3:29, kuyi-nwtsty-E)

    • Mar 4:26-29—Yini esingayifunda emfanekisweni kaJesu womhlwanyeli olalayo? (w14 12/15 12-13 ¶6-8)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Mar 3:1-19a

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.

  • Lapho Ubuyela Okwesithathu: (3 imiz. noma ngaphansi) Zikhethele umBhalo ozowusebenzisa, bese unika umninikhaya incwadi esifundisa ngayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bhs 36 ¶21-22—Bonisa indlela yokufinyelela inhliziyo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 123

  • “Onezindlebe Zokulalela Makalalele”: (15 imiz.) Chaza ukuthi uMarku 4:9 usho ukuthini (iphuzu lokucwaninga elithi “Onezindlebe zokulalela makalalele,” elikuMar 4:9, kuyi-nwtsty-E). Dlala ividiyo ethi Hlakanipha Ngokulalela Iseluleko. Ngemva kwalokho, xoxa nezilaleli ngebhokisi elithi “Lalela Iseluleko Wamukele Isiyalo” esahlukweni 4 sencwadi ethi “Zigcineni Othandweni LukaNkulunkulu.””

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 7 ¶1-9 namabhokisi emak. 76, 78

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 125 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela