Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb18 Ephreli k. 3
  • Ephreli 9-​15

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ephreli 9-​15
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
mwb18 Ephreli k. 3

Ephreli 9-15

MATHEWU 27-28

  • INgoma 97 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Hambani Niyokwenza Abafundi—Kungani, Kuphi Futhi Kanjani?”: (10 imiz.)

    • Math 28:18—UJesu unegunya ezulwini nasemhlabeni (w04 7/1 8 ¶4)

    • Math 28:19—UJesu wayala ukuba kwenziwe umkhankaso wokushumayela nokufundisa emhlabeni wonke (amaphuzu okucwaninga: “niyokwenza . . . abafundi,” “abantu bazo zonke izizwe,”akuMath 28:19, kuyi-nwtsty-E)

    • Math 28:20—Kufanele sisize abantu bafunde konke lokho uJesu akufundisa futhi bakusebenzise (iphuzu lokucwaninga elithi “nibafundise,” elikuMath 28:20, kuyi-nwtsty-E)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Math 27:51—Kusho ukuthini ukudabuka kabili kwesihenqo? (amaphuzu okucwaninga: “isihenqo,” sendlu engcwele,”akuMath 27:51, kuyi-nwtsty-E)

    • Math 28:7—Ingelosi kaJehova yabenza kanjani bahlonipheka abesifazane abafika ethuneni likaJesu? (iphuzu lokucwaninga elithi “nitshele abafundi bakhe ukuthi uvusiwe,” elikuMath 28:7, kuyi-nwtsty-E)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Math 27:38-54

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

  • Inkulumo: (6 imiz. noma ngaphansi) g17.2 14—Isihloko: Ingabe UJesu Wafela Esiphambanweni?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 96

  • “Ukushumayela Nokufundisa Kubalulekile Ukuze Senze Abafundi”: (15 imiz.) Ingxoxo. Lapho nixoxa ngalesi sihloko, dlala ividiyo ethi Qhubeka Ushumayela “Ngaphandle Kokuyekethisa”—Ngokwethukela Nasendlini Ngendlu nethi Qhubeka Ushumayela “Ngaphandle Kokuyekethisa”—Obala Nalapho Wenza Abafundi.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 6 ¶1-15

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 137 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela