Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb18 Febhuwari k. 2
  • Febhuwari 5-11

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Febhuwari 5-11
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
mwb18 Febhuwari k. 2

Febhuwari 5-11

MATHEWU 12-13

  • INgoma 151 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Umfanekiso Kakolweni Nokhula”: (10 imiz.)

    • Math 13:24-26—Umuntu othile wahlwanyela imbewu enhle ensimini yakhe, isitha sakhe safika sahlwanyela ukhula kuleyo nsimu (w13 7/15 9-10 ¶2-3)

    • Math 13:27-29—Ukolweni nokhula kwakhula ndawonye kwaze kwafika inkathi yokuvuna (w13 7/15 10 ¶4)

    • Math 13:30—Phakathi nenkathi yokuvuna, abavuni baqala ngokubutha ukhula, base beqoqela ukolweni enqolobaneni (w13 7/15 12 ¶10-12)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Math 12:20—Singalulingisa kanjani uzwela lukaJesu? (iphuzu lokucwaninga le-nwtsty-E)

    • Math 13:25—Kuyakholakala yini ukuthi endulo umuntu wayengahlwanyela ukhula ensimini yomunye umuntu? (w16.10 32)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Math 12:1-21

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Ingxoxo Yokuqala: (4 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

  • Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bhs 22-23 ¶10-12

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 98

  • Izidingo Zebandla: (5 imiz.)

  • “Imifanekiso YoMbuso Nendlela Esisiza Ngayo”: (10 imiz.) Ingxoxo. Xoxa ngendlela le mifanekiso okufanele isisize ngayo endleleni esisebenza ngayo enkonzweni.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv Isithasiselo 207-209

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 9 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela