Disemba 18-24
ZAKARIYA 9-14
INgoma 49 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Hlala ‘Esigodini Sezintaba’”: (10 imiz.)
Zak 14:3, 4—“Isigodi esikhulu kakhulu” simelela isivikelo sikaNkulunkulu (w13 2/15 19 ¶10)
Zak 14:5—Labo ‘ababalekela esigodini’ futhi bahlale khona bazovikeleka (w13 2/15 20 ¶13)
Zak 14:6, 7, 12, 15—Labo abangaphandle kwesigodi sesivikelo sikaJehova bazobhujiswa (w13 2/15 20 ¶15)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Zak 12:3—UJehova ‘ulenza kanjani iJerusalema libe yitshe eliwumthwalo’? (w07 12/15 23 ¶9-10)
Zak 12:7—Kungamuphi umqondo uJehova ‘eyoqale asindise amatende kaJuda’? (w07 12/15 25 ¶13)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Zak 12:1-14
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) g17.6 14-15—Memela umuntu emihlanganweni yethu.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) g17.6—Kuxoxwe ngamakhasi 14 no-15 alo magazini ngokudlule. Bonisa indlela yokwenza impindelo, bese umemela umuntu emihlanganweni yethu.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) jl isifundo 5—Memela umuntu emihlanganweni yethu.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Okufezwa Yinhlangano: (7 imiz.) Dlala ividiyo kaDisemba ethi Okufezwa Inhlangano.
“Ingxenye Entsha Yomhlangano Waphakathi Nesonto”: (8 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo engakhiphi msindo ethi IBhetfage, Intaba Yeminqumo NeJerusalema.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv Isandulela k. 3 nesahl. 1 ¶1-9
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 5 Nomthandazo