Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb17 Novemba k. 2
  • Novemba 6-12

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Novemba 6-12
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
mwb17 Novemba k. 2

Novemba 6-12

AMOSE 1-9

  • INgoma 144 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Funani UJehova, Niqhubeke Niphila”: (10 imiz.)

    • [Dlala ividiyo ethi Isethulo Sika-Amose.]

    • Am 5:4, 6—Kumelwe sazi uJehova futhi senze intando yakhe (w04 11/15 24 ¶20)

    • Am 5:14, 15—Kumelwe samukele umbono kaJehova ngokuphathelene nokulungile nokungalungile futhi sifunde ukuwuthanda (jd 90-91 ¶16-17)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Am 2:12—Singasisebenzisa kanjani isifundo esisithola kula mavesi? (w07 10/1 14 ¶9)

    • Am 8:1, 2—Wawusho ukuthini “ubhasikidi wezithelo zasehlobo”? (w07 10/1 14 ¶6)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Am 4:1-13

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lungiselela Izintshumayelo Zale Nyanga: (15 imiz.) Ingxoxo esekelwe kwesithi “Izintshumayelo Ezisikiselwe.” Dlala ividiyo ngayinye yentshumayelo, bese nixoxa ngokuvelele kuyo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 141

  • “Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukubuyela Koxoxe Naye”: (15 imiz.) Ingxoxo. Ngemva kwalokho, dlala ividiyo ebonisa abamemezeli ababili ababuyela kothile ababexoxe naye, bese nixoxa ngayo.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr kk. “Ingxenye 7—Izithembiso ZoMbuso—Ukwenza Zonke Izinto Zibe Zintsha,” isahl. 21 ¶1-7

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 128 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela