Okthoba 23-29
HOSEYA 8-14
INgoma 153 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Nikela Ngokungcono Kakhulu KuJehova”: (10 imiz.)
Hos 14:2—UJehova uwajabulela kakhulu “amaduna ezinkomo ezindebe zethu.” (w07 4/1 20 ¶1)
Hos 14:4—UJehova uyathethelela, amukele futhi abe umngane walabo abanikela ngokungcono kakhulu kuye (w11 2/15 16 ¶15)
Hos 14:9—Kusizuzisa kakhulu ukuhamba ngendlela kaJehova (jd 87 ¶11)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Hos 10:12—Yini okumelwe siyenze ukuze ‘sivune uthando oluqotho’ lukaJehova? (w05 11/15 28 ¶7)
Hos 11:1—La mazwi agcwaliseka kanjani kuJesu? (w11 8/15 10 ¶10)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Hos 8:1-14
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) T-35
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) T-35—Ushiye ipheshana ngokudlule. Qhubeka uxoxe ngalelo pheshana futhi ubhekane ngokuphumelelayo nomninikhaya ophikisayo.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) lv 152 ¶13-15—Bonisa indlela yokufinyelela inhliziyo.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Philela Ukudumisa UJehova!”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Sebenzisa Ithalente Onalo Ukuze Udumise UJehova.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 20 ¶7-16, nebhokisi elithi “Elinye Ithuluzi lezisebenzi Ezinikeza Usizo”
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 63 Nomthandazo