Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb17 Okthoba k. 5
  • Okthoba 16-22

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Okthoba 16-22
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
mwb17 Okthoba k. 5

Okthoba 16-22

HOSEYA 1-7

  • INgoma 18 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “UJehova Uyalujabulela Uthando Oluqotho—Kuthiwani Ngawe?”: (10 imiz.)

    • [Dlala ividiyo ethi Isethulo SikaHoseya.]

    • Hos 6:4, 5—Akumjabulisanga uJehova ukuthi ama-Israyeli ayengenalo uthando oluqotho (w10 8/15 25 ¶18)

    • Hos 6:6—UJehova uyajabula lapho sibonisa uthando oluqotho (w07 9/15 16 ¶9; w07 6/15 27 ¶7)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Hos 1:7—Indlu kaJuda yaboniswa nini isihe futhi yasindiswa? (w07 9/15 14 ¶7)

    • Hos 2:18—Leli vesi lagcwaliseka kanjani esikhathini esidlule futhi lizogcwaliseka kanjani esikhathi esizayo? (w05 11/15 20 ¶16; g05 9/8 12 ¶2)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Hos 7:1-16

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) 1Joh 5:3—Fundisa Iqiniso. Memela umuntu emihlanganweni yebandla.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Dut 30:11-14; Isaya 48:17, 18—Fundisa Iqiniso. Mbonise okuthile okuku-jw.org. (Bheka i-mwb16.08 8 ¶2.)

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) lv 12-13 ¶16-18—Bonisa indlela yokufinyelela inhliziyo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 124

  • Izidingo Zebandla: (15 imiz.) Inkulumo ebekwa umdala. Nikeza isethulo esingokomBhalo semizuzu emihlanu esisekelwe kuyi-Nqabayokulinda kaDisemba 15, 2015, ikhasi 15, bese udlala ividiyo ethi Indlela Yokunikela Usebenzisa Imishini Yezobuchwepheshe. Ngemva kokubuka ividiyo, bonisa ingxenye ethi “Indlela Yokunikela Emsebenzini Womhlaba Wonke” ekuwebusayithi ethi jw.org, bese ubukeza izindlela esingakwazi ukunikela ngazo lapho sisebenzisa imishini yezobuchwepheshe ezweni lakithi.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 20 ¶1-6, nebhokisi elithi “Umsebenzi Wethu Wokuqala Omkhulu Wokunikeza Usizo Ezikhathini Zanamuhla” nelithi “Ukulungiselela Inhlekelele”

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 50 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela