Septhemba 4-10
HEZEKELI 42-45
INgoma 26 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Abantu Babezophinde Bakhonze UJehova Ngendlela Efanele!”: (10 imiz.)
Hez 43:10-12—Umbono kaHezekeli wethempeli kwakumelwe ukhuthaze amaJuda ayesekudingisweni ukuba aphenduke, uwaqinisekise nangokuthi ayezophinde akwazi ukukhonza uJehova ngendlela efanele nephakeme (w99 3/1 8 ¶3; it-2-E 1082 ¶2)
Hez 44:23—Abapristi babefundisa abantu ‘ngomehluko phakathi kokungcolile nokuhlanzekile’
Hez 45:16—Abantu babebasekela labo ababemiswe uJehova ukuba bahole (w99 3/1 10 ¶10)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Hez 43:8, 9—U-Israyeli walingcolisa kanjani igama likaNkulunkulu? (it-2-E 467 ¶4)
Hez 45:9, 10—Yini uJehova abelokhu eyilindele kulabo abafuna ukumjabulisa? (it-2-E 140)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Hez 44:1-9
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lungiselela Izintshumayelo Zale Nyanga: (15 imiz.) Ingxoxo esekelwe kwesithi “Izintshumayelo Ezisikiselwe.” Dlala i-video ngayinye yentshumayelo, bese nixoxa ngokuvelele kuyo.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Kungani Kubalulekile Kuwe Ukukhonza UJehova Ngendlela Efanele?”: (15 imiz.) Ingxoxo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 17 ¶10-18
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 115 Nomthandazo