Agasti 28–Septhemba 3
HEZEKELI 39-41
INgoma 107 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Lokho Ongakufunda Embonweni Wethempeli KaHezekeli”: (10 imiz.)
Hez 40:2—Ukukhonza uJehova kuphakeme kakhulu ukwedlula ukukhonza noma ubani omunye (w99 3/1 11 ¶16)
Hez 40:3, 5—Ngokuqinisekile, uJehova uzokufeza lokho ayekuhlosile mayelana nendlela yokumkhonza ehlanzekile (w07 8/1 10 ¶2)
Hez 40:10, 14, 16—Kumelwe siphile ngendlela ehambisana nemithetho kaJehova ephakeme nelungile ukuze ayamukele inkonzo yethu (w07 8/1 11 ¶5)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Hez 39:7—Abantu balingcolisa kanjani igama likaNkulunkulu lapho besola yena ngokungalungi okukhona emhlabeni? (w12 9/1 21 ¶2)
Hez 39:9—Ngemva kwe-Armagedoni, kuzokwenziwani ngezikhali zempi ezizobe zishiywe izizwe? (w89 8/15 14 ¶20)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Hez 40:32-47
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) fg isifundo 1 ¶1—Qala ngokwethula i-video ethi Ungathanda Yini Ukuzwa Izindaba Ezinhle? kodwa ungayidlali. Mnike incwajana.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) fg isifundo 1 ¶2—Beka isisekelo sempindelo elandelayo.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) fg isifundo 1 ¶3-4
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ngingaphinda Nini Ngibe Iphayona Elisizayo?”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi Ngosizo LukaJehova, Ngingenza Cishe Noma Yini.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 17 ¶1-9
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 92 Nomthandazo